Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 103:15 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

15 Izinsuku zomuntu zinjengotshani; uyakhahlela njengembali yasendle.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

15 Izinsuku zomuntu zinjengotshani; ukhahlela njengembali yasendle,

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

15 Umuntu, izinsuku zakhe zinjengotshani; njengembali yasendle, uyaqhakaza kanjalo.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 103:15
9 Referans Kwoze  

ngokuba, “Yonke inyama injengotshani, nobukhosi bayo bonke bunjengembali yotshani; utshani buyabuna, nembali iyavuthuluka, kepha izwi leNkosi limi kuze kube phakade.”


“Yimina, yimi enginguye oniduduzayo; ungubani wena ukuba wesabe umuntu ofayo, nendodana yomuntu eyakwenziwa ibe njengotshani, na?


Wo kuwo umqhele wokuziphakamisa wezidakwa zakwa-Efrayimi, nakuyo imbali ebunayo yobuhle bakhe obukhazimulayo, esenhloko yesigodi esivundileyo sabanqotshwe yiwayini.


Uyakhuza ulwandle, alomise, ashise nemifula yonke; iBashani liyawuma kanye neKarmeli, nezimbali zaseLebanoni ziyabuna.


imbali ebunayo yobuhle bakhe obukhazimulayo, esenhloko yesigodi esivundileyo, ibe njengekhiwane elivuthiwe kungakafiki ukuvuna; olibonayo uyalibuka, aligwinye, lise sesandleni sakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite