Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:6 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

6 Ngiyafana nevuba ehlane, nginjengesikhova kwahlongasibi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

6 Ngifana nomandukulu ehlane, nginjengesikhova kwahlongasibi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

6 Nginjengevuba lasogwadule, nginjengesikhova sasogwadule.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:6
8 Referans Kwoze  

Imihlambi iyakubuthisa phakathi kwalo, zonke izilwane zesizwe, ivuba nonondwebu kuhlale ebusuku ezihlokweni zezinsika zalo, isikhova sikhale emafasiteleni, kube khona incithakalo emigulugulwini, ngokuba wambulile okwemisedari.*


Ngatshiyozisa okwenkonjane, ngaliliselisa okwejuba; amehlo ami aphela ngokubheka phezulu; Nkosi, ngiyacindezelwa; yiba yisibambiso sami.”


Yamemeza ngezwi elinamandla, yathi: “Liwile, liwile iBabiloni elikhulu, selibe yindawo yokuhlala amademoni, nendawo yokubopha bonke omoya abangcolileyo, nendawo yokubopha zonke izinyoni ezingcolileyo nezizondekayo,


Ngenxa yalokho ngiyakukhala, ngihhewule, ngihambe ngihlutshuliwe, ngihamba ze; ngenze isililo njengamakhanka, ngikhale njengezintshe.


nentshe, nenkovana, nenkanu, noklebe ngezinhlobo zakhe,


Amathambo ami anamathela esikhumbeni sami nasenyameni yami; ngisinde ngokulambisa kuphela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite