Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Kepha unguwe njalo, iminyaka yakho ayiyikuphela.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 kepha Wena unguwe njalo, iminyaka yakho ayinasiphetho.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Kodwa wena uyafana, neminyaka yakho ayiyikuphela.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:27
8 Referans Kwoze  

UJesu Kristu nguyena izolo nanamuhla, yebo, naphakade.


Izipho zonke ezinhle neziphiwo zonke ezipheleleyo zivela phezulu, zehla kuYise wokukhanya okungekho kuye ukuguquka nasithunzi sokuphenduka.


“Ngokuba mina Jehova angiguquki; ngalokho nina madodana kaJakobe aniqedwa.


“Mina ngingu-Alfa no-Omega,” kusho iNkosi uNkulunkulu, “okhona nowayekhona nozayo, uMninimandla onke.”


Ngokuba iminyaka eyinkulungwane emehlweni akho injengezolo selidlulile, nanjengomlindo ebusuku.


Bheka, uNkulunkulu uphakeme, asimqondi; umumo weminyaka yakhe ayinakuphenywa.


UJesu wathi kubo: “Ngiqinisile, ngiqinisile ngithi kini: Engakabikho u-Abrahama, ngangikhona mina.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite