Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 102:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Kepha wena Jehova uyakuhlala kuze kube phakade, nesikhumbuzo sakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Wena Simakade uyohlala kuze kube phakade, nesikhumbuzo sakho, izizukulwane ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Kepha wena Jehova uyakuba khona kuze kube phakade; nesikhumbuzo sakho ezizukulwaneni ngezizukulwane.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 102:12
15 Referans Kwoze  

Jehova, igama lakho limi phakade; isikhumbuzo sakho, Jehova, sisezizukulwaneni ngezizukulwane.


Wena Jehova umi phakade; isihlalo sakho sobukhosi sikhona ezizukulwaneni ngezizukulwane.


UNkulunkulu wathi futhi kuMose: “Uzakusho njalo kubo abantwana bakwa-Israyeli, uthi: ‘UJehova, uNkulunkulu wawoyihlo, uNkulunkulu ka-Abrahama, noNkulunkulu ka-Isaka, noNkulunkulu kaJakobe, ungithumile kini.’ Yileli eliyigama lami kuze kube phakade, lesi siyisikhumbuzo sami ezizukulwaneni ngezizukulwane.


UJesu Kristu nguyena izolo nanamuhla, yebo, naphakade.


UJehova uyabusa kuze kube phakade; isihlalo sakhe sobukhosi usimisela ukwahlulela;


“Usho kanje uJehova, iNkosi ka-Israyeli, noMhlengi wakhe, uJehova Sebawoti, uthi: Ngingowokuqala, ngingowokugcina, ngaphandle kwami akakho uNkulunkulu.


“Esikhundleni sokuba ushiywe, uzondwe, kungabe kusabakho muntu odabulayo, ngiyakwenza isivunulo esiphakade nentokozo yezizukulwane ngezizukulwane.


UNkulunkulu wasendulo uyisiphephelo, nangaphansi zikhona izingalo ezingunaphakade; wazixosha izitha phambi kwakho, wathi: ‘Chitha.’


ngokuba thina singabezolo nje, asinalwazi, lokhu imihla yethu emhlabeni iyithunzi;


Uyavela njengembali, abune; ubaleka njengethunzi, angemi.


ekuseni buyakhahlela, buhlume; kusihlwa bunqunywe, bubune.


Njengethunzi eselilide ngiyamuka; njengesikhonyane ngiyapheshulwa.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite