Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 101:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 Osebenza ukukhohlisa akayikuhlala endlini yami; okhuluma amanga akayikuma phambi kwamehlo ami.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Akukho namunye owenza inkohliso, oyohlala endlini yami, namunye oqamba amanga, oyokuma phambi kwamehlo ami.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 Ophambayo makangahlali endlini yami; oqamba amanga akayikulibala phambi kwamehlo ami.

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 101:7
10 Referans Kwoze  

Uma umbusi elalela indaba yamanga, zonke izinceku zakhe zimbi.


Ulimi lwakho lusongoza okubi njengempuco eloliweyo, wena owenza amacebo.


ukuba athathe isikhundla sale nkonzo nobuphostoli aphambuka kuso uJuda ukuya endaweni yakhe.”


“ ‘Ningebi, ningakhohlisani, ningaqambelani amanga.


Kepha mina ngiyakungena endlini yakho ngobuningi bomusa wakho, ngikhothame ngokukuhlonipha, ngibhekene nendawo yakho engcwele.


Isandla sami siyakumelana nabaprofethi ababona okuyize nababhula amanga; abayikuba semkhandlwini wabantu bami, bangalotshwa encwadini yendlu yakwa-Israyeli, bangangeni ezweni lakwa-Israyeli, nazi ukuthi ngiyiNkosi uJehova.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite