Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AmaHubo 10:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 Jehova, umeleni kude na? Uzifihlelani ubuso ezikhathini zokuhlupheka na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 Simakade, kungani umele kude na? Uzifihlelani ngezikhathi zokuhlupheka na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 Jehova, umeleni kude na? nicashelani ngezikhathi zokuhlupheka na?

Gade chapit la Kopi




AmaHubo 10:1
13 Referans Kwoze  

Nkulunkulu wami, Nkulunkulu wami, ungishiyeleni na? Ukude namazwi okubububula kwami nokusindiswa kwami.


Ungafihli ubuso bakho kimi, ungaxoshi inceku yakho ngokuthukuthela; wena ulusizo lwami, ungangilahli, ungangishiyi, Nkulunkulu wensindiso yami.


Themba lika-Israyeli, msindisi wakhe ngesikhathi sokuhlupheka, yini ukuba ube njengomfokazi ezweni nanjengesihambi esingenisayo ukuba silale ubusuku nje na?


Jehova, ulahlelani umphefumulo wami, ungifihlelelani ubuso bakho na?


UNkulunkulu uyisiphephelo sethu namandla ethu; ufunyaniswa elusizo impela ekuhluphekeni.


Ubufihlelani ubuso bakho, ukhohlwe ukuhlupheka nokucindezelwa kwethu, na?


Jehova, ngomusa wakho ubuwenzile ukuba iqine intaba yami; wabufihla ubuso bakho, ngase ngithuthumela.


Usithelani ubuso bakho, ungishaye isitha, na?


Lapho yena ethula, ngubani ongalahla, nalapho ethukusa ubuso bakhe, ngubani ongambona na? Ubusa ngokufananayo, noma kuyisizwe noma kungumuntu,


nangasenyakatho ekusebenzeni kwakhe, kepha akabonwa; ujikela ngaseningizimu, kepha akabonakali.


Ngokuba umphefumulo wethu ukhothamele othulini; umzimba wethu unamathele emhlabathini.


Yini ukuba ube ngumuntu odidekileyo, njengeqhawe elingenakusindisa, na? Nokho uphakathi kwethu, Jehova, sibiziwe ngegama lakho; ungasishiyi.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite