Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 “Kepha umnqumo wathi kuyo: ‘Ngiyakuwayeka yini amafutha ami abadunyiswa ngawo onkulunkulu nabantu, ngiye ngintengantenge phezu kwemithi, na?’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 “Isihlahla somnqumo sathi: ‘Ngiyeke ukukhiqiza amafutha ami acebile okuhlonishwa ngawo onkulunkulu nabantu, ngihambe ngiyobusa phezu kwemithi, na?’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Kepha umnqumo wathi kuyo: “Ngingawayeka yini amanoni ami abadumisa ngawo uNkulunkulu nabantu, ngiye ngibe phezu kwemithi na?”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:9
14 Referans Kwoze  

Nina ninokugcotshwa okuvela koNgcwele, niyazi nonke.


lokuthi: UNkulunkulu wamgcoba uJesu waseNazaretha ngoMoya oNgcwele nangamandla, owahamba enza umusa, ephulukisa bonke ababesemandleni kaSathane, ngokuba uNkulunkulu wayenaye.


“Ngokuba ngempela oHerode, noPontiyu Pilatu, kanye nabezizwe, nabantu bakwa-Israyeli bayihlanganyela kulo muzi iNceku yakho engcwele uJesu owamgcobayo


newayini elijabulisa inhliziyo yomuntu, namafutha okukhazimulisa ubuso, nesinkwa esiqinisa inhliziyo yomuntu.


Ngifumene inceku yami uDavide, ngimgcobile ngamafutha ami angcwele.


UJehova wathi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wamphendula uJehova, wathi: “Ekuzuleni emhlabeni nasekuhambahambeni kuwo.”


UJehova wayesethi kuSathane: “Uvelaphi na?” USathane wamphendula uJehova, wathi: “Ekuzuleni emhlabeni nasekuhambahambeni kuwo.”


“ ‘Nxa umuntu enikela ngomnikelo wempuphu kuJehova, umnikelo woba yimpuphu ecolekileyo, athele amafutha kuwo, abeke inhlaka kuwo,


nothi lwezibani lokukhanyisa, nezitsha zalo nezibani zalo, namafutha okukhanyisa;


Uthabathe amafutha okugcoba, uwathele ekhanda lakhe, umgcobe.


nesinkwa esingenamvubelo, namaqebelengwane angenamvubelo, agcotshwe ngamafutha; ukwenze ngempuphu ecolekileyo kakolweni.


Imithi yake yaya ukuzigcobela inkosi, yathi kuwo umnqumo: ‘Yiba yinkosi yethu.’


“Imithi yayisithi kuwo umkhiwane: ‘Woza wena, ube yinkosi yethu.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite