Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:52 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

52 U-Abimeleki wafika embhoshongweni, walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuba awushise ngomlilo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

52 U-Abhimelekhi wafika embhoshongweni, walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuze awushise.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

52 U-Abimeleki wafika embhoshongweni walwa nawo, wasondela emnyango wombhoshongo ukuze awushise ngomlilo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:52
5 Referans Kwoze  

Ngaleso sikhathi uMenahemu wachitha iThifisa, nakho konke okwakukulo, nemikhawulo yalo, kusukela eTirisa; ngokuba bengamvulelanga, ngalokho walichitha; nabo bonke abesifazane abakhulelweyo abakulo wabaqaqa.


Umchithile impela u-Edomi; inhliziyo yakho ikuphakamisile; dumiseka ngakho, uhlale ekhaya; uzilebelani ukuba uwe wena, noJuda ekanye nawe, na?”


Kepha phakathi komuzi wawukhona umbhoshongo oqinileyo; babalekela khona bonke abesilisa nabesifazane, nabo bonke abomuzi, bazivalela phakathi, benyukela ophahleni lombhoshongo.


Owesifazane othile waphonsa imbokodwe ekhanda lika-Abimeleki, wachimiza ikhanda lakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite