Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:49 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

49 Bonke abantu bagawula, kwaba yilowo nalowo igatsha lakhe kanjalo, bamlandela u-Abimeleki, bawabeka enqabeni, bayithungela inqaba ngomlilo phezu kwabo; bafa bonke abantu abasembhoshongweni waseShekemi, kungathi abayinkulungwane, abesilisa nabesifazane.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

49 Kwaba yilelo nalelo butho lagawula igatsha, balandela u-Abhimelekhi, bawabeka enqabeni, base beyithungela ngomlilo ngaphezu kwabo; bafa bonke abantu basembhoshongweni eShekhemi, amadoda abalelwa enkulungwaneni nabesifazane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

49 Bonke abantu nabo bagawula, kwaba yilowo nalowo igatsha lakhe, bamlandela u-Abimeleki, bawabeka enqabeni yasezintabeni, bayithungela ngomlilo inqaba yasezintabeni; bafa nabo bonke abantu bombhoshongo waseShekemi, ngathi inkulungwane yamadoda nabesifazane.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:49
6 Referans Kwoze  

ngokuba lapho kukhona umhawu nombango, kukhona isiyaluyalu nezenzo zonke ezimbi.


Kepha uma nilumana, nidlana, qaphelani ukuba ningaqedani.


kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, uqede abantu baseShekemi neBeti Milo, umlilo uphume nakubantu baseShekemi naseBeti Milo, umqede u-Abimeleki.”


“Isihlahla somkhaya sathi kuyo imithi: ‘Uma ningigcoba impela ngibe yinkosi yenu, wozani niphephele emthunzini wami; uma kungenjalo, makuphume umlilo kuso isihlahla somkhaya, uqede imisedari* yaseLebanoni.’


U-Abimeleki wenyukela entabeni yaseSalimoni, yena nabantu bonke ababenaye; u-Abimeleki wathatha izembe ngesandla, wagawula igatsha emithini, walithatha, walibeka ehlombe, wathi kubantu ababenaye: “Lokho eningibone ngikwenza, sheshani nikwenze njengami.”


U-Abimeleki wayeseya eThebesi, wamisa malungana neThebesi, walithatha.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite