Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:46 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

46 Lapho bezwa lokho bonke abasembhoshongweni waseShekemi, bangena enqabeni yendlu yase-Eli Beriti.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

46 Kwathi ukuba zizwe ngalokho izakhamuzi zombhoshongo eShekhemi, zangena enqabeni yethempeli lika-Eli Bherethi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

46 Lapho bonke abantu bombhoshongo waseShekemi bekuzwa lokho, bangena enqabeni yasezintabeni yendlu kankulunkulu uBeriti.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:46
10 Referans Kwoze  

Kwathi esefile uGideyoni, abantwana bakwa-Israyeli babuye baphinga nawoBali, bamenza uBali Beriti unkulunkulu wabo.


Bamnika amashekeli* angamashumi ayisikhombisa esiliva endlini kaBali Beriti, u-Abimeleki aqasha ngawo izidenga namayiyane, bamlandela.


Kwathi ekhuleka endlini kaNisiroki unkulunkulu wakhe, o-Adirameleki noSareseri amadodana akhe bambulala ngenkemba, babalekela ezweni lase-Ararati. U-Esari Hadoni indodana yakhe waba yinkosi esikhundleni sakhe.


Abazenzayo bayafana nazo, bonke abazethembayo.


Ngalokho, Nkulunkulu ka-Israyeli, maliqiniseke izwi lakho owalikhuluma encekwini yakho uDavide ubaba.


Baya endle, bavuna izivini zabo, banyathela imivini, bagubha umkhosi, bangena endlini kankulunkulu wabo, badla, baphuza, bamqalekisa u-Abimeleki.


Kwabikwa ku-Abimeleki ukuthi bonke abasembhoshongweni waseShekemi babehlangene ndawonye.


UJoshuwa wathi: “Gingqelani amatshe amakhulu emlonyeni womhume, nibeke amadoda ngakuwo ukuba awalinde;


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite