Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:34 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

34 U-Abimeleki nabo bonke abantu ababenaye basuka ebusuku, baqamekela iShekemi ngezigaba ezine.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

34 U-Abhimelekhi nawo wonke amabutho ayenawo bavuka ebusuku, bayolindela ukuhlasela iShekhemi, bazihlela amaviyo amane.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

34 Khona-ke u-Abimeleki nabo bonke abantu ababenaye bavuka ebusuku, balinda ngamaqembu amane ngokumelene neShekemi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:34
3 Referans Kwoze  

kuyakuthi ekuseni lisaphuma ilanga, uvuke, uhlasele umuzi; bheka, lapho yena nabantu abanye bephuma ukuba balwe nawe, wenze kubo njengokubona kwakho.”


UGali indodana ka-Ebedi waphuma, wema esikhaleni sesango lomuzi; u-Abimeleki wayeseqhamuka nabantu ababenaye ekuqamekeleni.


Ama-Aramu ayephumile ngamaviyo, abuya ezweni lakwa-Israyeli enentombazana encane; yayiyincekukazi yomkaNahamani.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite