Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 kuyakuthi ekuseni lisaphuma ilanga, uvuke, uhlasele umuzi; bheka, lapho yena nabantu abanye bephuma ukuba balwe nawe, wenze kubo njengokubona kwakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 Kuyothi ekuseni, lapho kuphuma ilanga, nivuke niphuthume emzini lapho yena namabutho ahambisana nawo bephuma beyokulwa nawe, ubenzakalise ngendlela obona ngayo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 Ekuseni, lapho nje ilanga liphuma, kumelwe uvuke ekuseni uwele umuzi; bheka, uma yena namadoda anaye bephuma ukulwa nawe, wenze kubo njengokufumana ithuba.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:33
6 Referans Kwoze  

Kuyakuthi lapho lezo zibonakaliso sezifikile kuwe, wenze esikufumanayo isandla sakho, ngokuba uNkulunkulu unawe.


Konke isandla sakho esikufumanayo ukukwenza, kwenze ngamandla akho, ngokuba akukho msebenzi, namcabango, nakwazi, nakuhlakanipha endaweni yabafileyo, lapho uya khona.


Buza izinsizwa zakho, ziyakukutshela; ngalokho izinsizwa mazithole umusa emehlweni akho, ngokuba sifikile ngosuku oluhle; ake unike izinceku zakho nendodana yakho uDavide okungafunyanwa esandleni sakho.’ ”


Uma umuntu engenaye ongalihlenga, kodwa ebeseba ngocebileyo, athole okwanele ukulihlenga,


Ngalokho vukani ebusuku, wena nabantu abanawe, niqamekele endle;


U-Abimeleki nabo bonke abantu ababenaye basuka ebusuku, baqamekela iShekemi ngezigaba ezine.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite