Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 AbaseShekemi bambekela abaqamekeli eziqongweni zezintaba, baphanga bonke ababedlula kubo ngaleyo ndlela; kwabikwa ku-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 Ngenxa yobutha kuye, izikhulu zaseShekhemi zabeka ezicongweni zezintaba abantu ukuba bamlalele unyendle. Bagebenga bonke ababedlula ngaleyo ndlela; kwabikwa lokho ku-Abhimelekhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Abantu baseShekemi esiqongweni sezintaba bammisele amanga, baphanga bonke ababehamba ngendlela, kwabikwa ku-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:25
6 Referans Kwoze  

Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.


ukuba ubudlova obenziwe kuwo amadodana angamashumi ayisikhombisa kaJerubali* bufike, negazi labo libekwe phezu kuka-Abimeleki umfowabo owababulala, naphezu kwabaseShekemi abaqinisa izandla zakhe ukuba abulale abafowabo.


Kwafika uGali indodana ka-Ebedi nabafowabo, waya eShekemi; abaseShekemi bamethemba.


Uhlezi ezindaweni zokuqamekela zemizi; ezindaweni ezisithekileyo uyambulala ongenacala; amehlo akhe ayamhlwaya othithibeleyo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite