Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 9:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 UNkulunkulu wathuma umoya omubi phakathi kuka-Abimeleki nabantu baseShekemi; abaseShekemi bambhumbuluza u-Abimeleki

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 UNkulunkulu wathumela umoya omubi phakathi kuka-Abhimelekhi nezakhamuzi zaseShekhemi, zamphatha ngonya u-Abhimelekhi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 UNkulunkulu wathuma umoya omubi phakathi kuka-Abimeleki nabemi baseShekemi; abantu bakwaShekemi baphambana no-Abimeleki.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 9:23
15 Referans Kwoze  

Wo kuwena ochithayo, kungachithwanga wena, nakuwe okhohlisayo, kungakhohliswanga wena! Lapho uqede ukuchitha uyakuchithwa, nalapho usugcine ukukhohlisa, uyakukhohliswa nawe.


UJehova uthulule umoya ophambeneyo phakathi kwabo, baze balintengantengise iGibithe kuyo yonke imisebenzi yalo njengesidakwa sintengantenga ebuhlanzweni baso.


“Ngiyakuvusa abaseGibithe ukuba bamelane nabaseGibithe, balwe, kube yilowo nalowo nomfowabo, kube yilowo nalowo nomakhelwane wakhe, umuzi nomuzi, umbuso nombuso.


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho, nangaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Inkosi ayibalalelanga abantu, ngokuba kwakuyisiyiba esivela kuNkulunkulu, ukuze uJehova amise izwi lakhe alikhulumayo ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati.


Inkosi ayilalelanga abantu, ngokuba kwakuyisiyiba esivela kuJehova, ukuze amise izwi lakhe uJehova alikhulumayo ngesandla sika-Ahiya waseShilo kuJerobowamu indodana kaNebati.


kepha uma kungenjalo, makuphume umlilo ku-Abimeleki, uqede abantu baseShekemi neBeti Milo, umlilo uphume nakubantu baseShekemi naseBeti Milo, umqede u-Abimeleki.”


U-Abimeleki wayeyisikhulu phezu kuka-Israyeli iminyaka emithathu.


Uma umbuso wahlukene wodwa, lowo mbuso ungeme.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite