Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:32 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

32 UGideyoni indodana kaJowashi wafa esemdala, wembelwa ethuneni likaJowashi uyise e-Ofira lama-Abiyezeri.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

32 UGideyoni, indodana kaJowashi, wafa esekhulile, wangcwatshwa ethuneni likayise uJowashi e-Ofira kwa-Abhiyezeri.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

32 UGideyoni indodana kaJowashi wafa esemdala, wembelwa ethuneni likaJowashi uyise e-Ofira lama-Abiyezeri.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:32
10 Referans Kwoze  

U-Abrahama wagqibuka wafa, esemdala egugile, esanelisiwe yizinsuku, wabuthelwa kubantu bakhe.


Uyakufika ethuneni usuthi ngobudala njengeqhinqa lamabele ngesikhathi salo.


UGideyoni wamakhela uJehova i-altare khona, waliqamba igama lokuthi iJehova Shalomi; kuze kube namuhla lisekhona e-Ofira lama-Abiyezeri.


Kepha wena uyakuya koyihlo ngokuthula, umbelwe usumdala.


Wafa-ke uJobe esemdala, esanelisiwe yizinsuku.


UGideyoni wenza ingubo yamahlombe ngakho, wayibeka emzini wakhe e-Ofira; bonke abakwa-Israyeli baya baphinga nayo khona; yaba lugibe kuGideyoni nendlu yakhe.


Isancinza sakhe esasiseShekemi naso samzalela indodana, sayiqamba igama lokuthi u-Abimeleki.


Kwathi esefile uGideyoni, abantwana bakwa-Israyeli babuye baphinga nawoBali, bamenza uBali Beriti unkulunkulu wabo.


Bamthatha u-Asaheli, bammbela ethuneni likayise elaliseBetlehema. UJowabe nabantu bakhe bahamba ubusuku bonke, kwasa beseHebroni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite