Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 UJerubali* indodana kaJowashi waya wahlala endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 UJerubhali, indodana kaJowashi, wahamba wayohlala endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 UJerubali, indodana kaJowashi, wahamba wahlala endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:29
5 Referans Kwoze  

UJerubali* onguGideyoni nabantu bonke ababenaye bavuka ekuseni, bamisa ngasemthonjeni waseHarodi; ikamu* lakwaMidiyani lalingasenyakatho kwabo ngasegqumeni laseMore esigodini.


Ngalokho ngalolo suku wambiza ngokuthi uJerubali,* ethi: “UBali makalwe naye ngokuba elibhidlizile i-altare lakhe.”


UJehova wayesethuma oJerubali, noBedani, noJefta, noSamuweli, wanophula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala nalondeka.


AbakwaMidiyani bathotshiswa kanjalo phambi kwabantwana bakwa-Israyeli, ababe besaphakamisa amakhanda abo. Izwe lathula iminyaka engamashumi amane ezinsukwini zikaGideyoni.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite