Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 8:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 OZeba noSalimuna babaleka, wabaxosha; wawabamba amakhosi omabili akwaMidiyani, oZeba noSalimuna, wachitha impi yonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 UZebha noZalimuna babaleka, kodwa wabahubha, wawabamba lawo makhosi amabili akwaMidiyani, amabutho wonke angenwa yingebhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Lapho uSeba loSalimuna bebaleka, wabaxotsha, wathatha amakhosi amabili akwaMidiyani, uSheba loSalimuna, wayiduba impi yonke.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 8:12
12 Referans Kwoze  

Amakhosana abo wenze abe njengo-Orebi noZebi, nabakhulu babo bonke njengoZeba noSalimuna


Onejubane uyakuswela ukubaleka; onamandla akayikuqinisa amandla akhe, neqhawe aliyikuzikhulula.


ongakhethi ubuso bezikhulu, onganaki ocebileyo kunompofu, na? Ngokuba bonke bangumsebenzi wezandla zakhe.


UGideyoni wenyuka ngendlela yabahlala ematendeni ngasempumalanga kwaseNoba neJogibeha, wanqoba impi, impi yayithi ilondekile.


UGideyoni indodana kaJowashi wabuya empini ngasekwenyukeni kweHeresi.


Ngibona amatende aseKushani ephansi kosizi, izilenge zezwe lakwaMidiyani ziyathuthumela.


Uyakwandisa isizwe, ukhulise intokozo yaso; bathokoza phambi kwakho njengokuthokoza ekuvuneni, njengalokhu abantu bethokoza ekwabeleni kwabo impango.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite