Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 7:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 Wathi kuwo: “Ngibukeni, nenze kanjalo; bhekani, nxa nifika emaphethelweni ekamu, kuyakuthi njengalokho kwenza mina, nenze nani.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 Wathi kuwo: “Bhekani mina, nenze njengami uma ngifika emaphethelweni enkambu, nenze njengoba ngenza.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 Wathi kubo: “Ngibhekeni, nenze ngokunjalo; bhekani, lapho ngifika eceleni kwekamu, nenze njengalokho ngenza.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 7:17
7 Referans Kwoze  

Yibani ngabalingisi bami, njengokuba nami ngilingisa uKristu.


kungabi njengabazenza amakhosi phezu kwamabandla enabelwa wona, kodwa nibe yizibonelo zomhlambi;


Bakhumbuleni ababenihola bekhuluma izwi likaNkulunkulu kini, niqonda ukuphela kokuhamba kwabo, nilingise ukukholwa kwabo.


Khona uJesu wathi kubafundi bakhe: “Uma umuntu ethanda ukuza emva kwami, makazidele, athabathe isiphambano sakhe, angilandele.


U-Abimeleki wenyukela entabeni yaseSalimoni, yena nabantu bonke ababenaye; u-Abimeleki wathatha izembe ngesandla, wagawula igatsha emithini, walithatha, walibeka ehlombe, wathi kubantu ababenaye: “Lokho eningibone ngikwenza, sheshani nikwenze njengami.”


Wahlukanisela amadoda angamakhulu amathathu izigaba ezintathu, wawanika, kwaba yileyo naleyo amacilongo ezandleni zawo, nezitsha ezingenalutho, nezimbaqa zisezitsheni.


Nxa ngibetha icilongo, mina nabo bonke abanami, bethani nani amacilongo nxazonke zekamu, nithi: ‘EkaJehova nekaGideyoni!’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite