Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 nganophula esandleni sabaseGibithe nasesandleni sabo bonke abanicindezelayo, ngabaxosha phambi kwenu, nganinika izwe labo,

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 nganikhulula esandleni sabaseGibhithe, nasesandleni sabo bonke ababenicindezela, ngabaxosha phambi kwenu, nganinika izwe labo;

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Nganisindisa esandleni sabaseGibithe nasesandleni sabo bonke ababenicindezela, ngabaxosha phambi kwenu, nganika izwe labo;

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:9
7 Referans Kwoze  

uJehova wathuma umprofethi kubantwana bakwa-Israyeli, wathi kubo: “Usho kanje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli, uthi: ‘Ngakukhuphula eGibithe, ngakukhipha endlini yobugqila,


ngathi kini: “NginguJehova uNkulunkulu wenu; aniyikwesaba onkulunkulu bama-Amori enihlala ezweni lawo,” kepha kanilalelanga izwi lami.’ ”


wathi kubantu bakwa-Israyeli: “UJehova uNkulunkulu ka-Israyeli usho kanje, uthi: ‘Ngenyusa u-Israyeli eGibithe, nganophula esandleni sabaseGibithe nasesandleni sayo yonke imibuso eyanicindezelayo;’


owasikhulula ezitheni zethu, ngokuba umusa wakhe umi phakade;


Ngiyakuthuma ingelosi phambi kwakho, ngiwaxoshe amaKhanani, nama-Amori, namaHeti, namaPherizi, namaHivi, namaJebusi,


Wayesekhipha abantu bakhe ngokujabula, abakhethiweyo bakhe ngokuthokoza.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite