Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 6:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Base bethi abantu bomuzi kuJowashi: “Khipha indodana yakho ukuba ife, ngokuba ilibhidlizile i-altare likaBali nangokuba imgawulile u-Ashera* owayengakulo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Abantu balowo muzi bathi kuJowashi: “Ikhiphele phandle indodana yakho, ukuze ife, ngokuba ibhidlize i-althare likaBhali, yagawula nensika engcwele ebiseduze kwalo.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Abantu bomuzi base bethi kuJowashi: “Khipha indodana yakho ukuba ife, ngokuba walidiliza i-altare likaBali, walichitha. Laliphethe ihlathi elalinalo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 6:30
7 Referans Kwoze  

ngokokushisekela ngingowazingela ibandla, ngokokulunga okusemthethweni ngingongasolekiyo.


“Kepha mina ngokwami ngangithi ngifanele ukwenza okuningi okuphambene negama likaJesu waseNazaretha;


Bayakunikhipha emasinagogeni,* yebo, siyeza isikhathi sokuba lowo onibulalayo uyakuthi ukhonza uNkulunkulu.


Makufike ukusha phezu kwamanzi alo, aze ome, ngokuba yizwe elinezithombe ezibaziweyo, bahlanya ngemifanekiso yabo.


Base bethi abapristi nabaprofethi ezikhulwini nakubo bonke abantu, bathi: “Lo muntu ufanele ukufa, ngokuba uprofethile ngalo muzi, njengalokho nizwile ngezindlebe zenu.”


Bakhuluma omunye komunye, bathi: “Kwenziwe ngubani lokhu na?” Lapho becinga bebuza, bathi: “NguGideyoni indodana kaJowashi owenze lokhu.”


UJowashi wathi kubo bonke ababemi ngakuye: “Niyakumlwela uBali, nimsindise yena, na? Oyakumlwela uBali, makabulawe kusasa ekuseni; uma engunkulunkulu, makazilwele yena, lokhu kukhona olibhidlizile i-altare lakhe.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite