Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Wakhothama ngasezinyaweni zakhe, wawa, walala; ngasezinyaweni zakhe wafola, wawa; lapho wakhothama khona, wawela khona efile.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Wawa, wadindiliza, wawa ngasezinyaweni zakhe, wawela lapho, wafa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Wakhothama ngasezinyaweni zakhe, wawa, walala; wakhothama ezinyaweni zakhe, wawa; lapho afika khona wawa efile.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:27
5 Referans Kwoze  

Ngokuba ukwahlulelwa okungenasihawu kuyakumehlela ongenzi isihawu; isihawu sizigabisa ekwahlulelweni.


“Bheka, nasi isiqhwaga esingamenzanga uNkulunkulu abe yinqaba yaso, kepha sethemba ingcebo yaso enkulu, siziqinisa ebubini baso.”


Ngokuba ngokwahlulela enahlulela ngakho nani niyakwahlulelwa ngakho, nangaleso silinganiso enilinganisa ngaso nani niyakulinganiselwa ngaso.


Wafaka isandla sakhe esikhonkwaneni, esokunene sakhe esandweni sezisebenzi; ngesando wamshaya uSisera, wadebeza ikhanda lakhe, yebo, wamgqobhoza, wambhoboza esikhaleni sendlebe.


“Wabheka efasiteleni, wamemeza, unina kaSisera wathi eheleni: ‘Inqola yakhe ilibalelani ukufika na? Zilibaziselwani izinyawo zezinqola zakhe na?’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite