Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UGileyadi wahlala phesheya kweJordani; uDani walibalelani emikhunjini na? U-Asheri wahlala ngasogwini lolwandle, wasala ngasemathekwini akhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 UGileyadi wahlala phesheya kweJordani; noDani walibalelani ngasemikhunjini, na? U-Ashera wahlala akanyakaza ogwini lolwandle, wahlala ngasethekwini lalo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UGileyadi wahlala phesheya kweJordani, uDani wahlala ngani emikhunjini? U-Asheri wahlala ogwini lolwandle, wahlala emifantwini yakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:17
6 Referans Kwoze  

Umkhawulo wabo wawuyiJazeri, nayo yonke imizi yakwaGileyadi, nenxenye yezwe labantwana bakwa-Amoni, kuze kufike e-Aroweri elingaphambi kweRaba,


nenxenye yakwaGileyadi, ne-Ashitaroti, ne-Edireyi, imizi yombuso ka-Ogi eBashani; lokho kwaba ngokwabantwana bakwaMakiri indodana kaManase, inxenye yabantwana bakwaMakiri ngemindeni yabo.


Abantwana bakwaRubeni nabantwana bakwaGadi nenxenye yesizwe sakwaManase babuya, bamuka kubantwana bakwa-Israyeli eShilo eliyizwe laseKhanani ukuba baye ezweni lakwaGileyadi, izwe lefa labo, ababelwa lona njengesiyalezo sikaJehova ngesandla sikaMose;


Niyakuphuma emifantwini, kube yilowo nalowo ngoqondene naye, nilahlwe eHermoni,” usho uJehova.


Amadodana kaBiliha incekukazi kaRaheli ayengoDani noNafetali.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite