Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

13 “Khona wayenza insali ukuba ibuse abakhulu; abantu bakaJehova bangibeka ukuba ngibuse iziqhwaga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

13 “Kwase kwehla insali yesikhulu, abantu bakaSimakade bahamba behla ukubhekana nonamandla.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

13 Khona-ke abaseleyo wababeka phezu kwezikhulu phakathi kwabantu; uJehova wangimisa phezu kwabanamandla.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:13
11 Referans Kwoze  

Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni* likaSathane abazishaya abaJuda bengesibo, kepha beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


Kepha kukho konke lokho siyanqoba nokunqoba ngowasithandayo.


Yonke imithi yasendle iyakwazi ukuthi mina Jehova ngiwisile umuthi omude, ngiphakamisile umuthi omfushane; ngomisile umuthi oluhlaza, ngihlumisile umuthi owomileyo. “ ‘Mina Jehova ngikukhulumile, ngakwenza.’ ”


kepha uNkulunkulu ungumahluleli; omunye uyamehlisa, omunye amphakamise.


Baqhutshelwa endaweni yabafileyo njengezimvu; ukufa kuyakubalusa, abaqotho babuse phezu kwabo ngakusasa, isimo sabo siqedwe yindawo yabafileyo, bangabe besaba nandlu.


“ ‘Vuka, vuka, Debora! Vuka, vuka, uhube ihubo! Vuka, Baraki, uthumbe abathunjwa bakho, wena ndodana ka-Abinohama!’


Kwavela kwa-Efrayimi abampande yabo ikuma-Amaleki; emva kwakho nguBenjamini phakathi kwabantu bakho. KwaMakiri kwavela ababusi, kwaZebuloni abaphethe intonga yomholi.


‘Qalekisani iMerozi,’ kwasho ingelosi kaJehova; ‘qalekisani nokuqalekisa abantu balo, ngokuba abezanga ukumsiza uJehova ukuba bamsize uJehova ukulwa neziqhwaga.’


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite