Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 5:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 “ ‘Vuka, vuka, Debora! Vuka, vuka, uhube ihubo! Vuka, Baraki, uthumbe abathunjwa bakho, wena ndodana ka-Abinohama!’

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 “ ‘Vuka, vuka, we Debhora! Vuka, vuka uhube ihubo. Vuka, we Bharaki, hola abathunjwa bakho, ndodana ka-Abhinowami.’

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Vuka, vuka, Debora, vuka, vuka, khuluma ihubo; suka, Bharaki, uthumbe ukuthunjwa kwakho, ndodana ka-Abinohama.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 5:12
18 Referans Kwoze  

Ngalokho uthi: “Esenyukele phezulu wathumba abathunjiweyo, wapha abantu izipho.”


Wena wenyukela phezulu, wathumba izithunjwa, wamukela izipho kubantu nakwabahlubukileyo, ukuze uJehova uNkulunkulu ahlale khona.


Vuka, mphefumulo wami; vukani, lugubhu nehabhu!* Ngizakuvusa ukusa.


basanguluke, baphume ogibeni lukaSathane ababanjwe nguye ukuba benze intando yakhe.


Ngalokho uthi: “Phaphama wena oleleyo, uvuke kwabafileyo, uKristu uzakukukhanyisa.”


Phaphamani ngokufaneleyo, ningoni; ngokuba abanye kabamazi uNkulunkulu; ngisho lokhu ukuba nibe namahloni.


Kulokhu ngase ngivuka, ngabheka; ubuthongo bami babumnandi kimi.


“Vuka ukhanye, ngokuba ukukhanya kwakho kuyeza; inkazimulo kaJehova iphumela phezu kwakho.


Vuka, vuka, usukume wena Jerusalema ophuzile esandleni sikaJehova indebe yokufutheka kwakhe; uphuzile isitsha sendebe yokutengezela, wasiminya.


Vuka, vuka, wembathe amandla wena mkhono kaJehova, vuka njengasezinsukwini zasendulo, ezizukulwaneni zamandulo. Akusuwe owamnquma kabili uRahabi, wamgwaza udrako,* na?


Wo kuwena ochithayo, kungachithwanga wena, nakuwe okhohlisayo, kungakhohliswanga wena! Lapho uqede ukuchitha uyakuchithwa, nalapho usugcine ukukhohlisa, uyakukhohliswa nawe.


Abantu bayakubathatha, babayise ezindaweni zabo; indlu yakwa-Israyeli iyakubenza ifa ezweni likaJehova, babe yizinceku nezincekukazi, babathumbe labo abakade bethunjiwe yibo, babuse phezu kwabacindezeli babo.


Vukani, lugubhu nehabhu!* Ngizakuvusa ukusa.


“Khona wayenza insali ukuba ibuse abakhulu; abantu bakaJehova bangibeka ukuba ngibuse iziqhwaga.


Ngizakukubonga, Nkosi, phakathi kwabantu, ngikudumise phakathi kwezizwe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite