Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 3:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Nxa esephumile yena, kwafika izinceku zakhe; zabona, bheka, iminyango yekamelo eliphezulu yayihluthulelwe; zathi: “Mhlawumbe uyembesa ezinyawo zakhe ekamelweni lakhe elipholileyo.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Esehambile u-Ehudi, izinceku zangena, lapho zithola ukuthi iminyango yekamelo eliphezulu ihluthulelwe, zathi: “Mhlawumbe inkosi iyazikhulula ekamelweni layo elipholile.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Esephumile, zafika izinceku; kwathi lapho bebona ukuthi iminyango yekamelo lokuphumula ivaliwe, bathi: “Ngempela, uzimboze izinyawo zakhe ekamelweni lakhe lasehlobo.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 3:24
4 Referans Kwoze  

Wafika ezibayeni zezimvu ngasendleleni, lapho kukhona umhume; uSawule wangena khona ukuba embese izinyawo zakhe. UDavide nabantu bakhe babehlezi emuva emhumeni.


U-Ehudi wasondela kuye; wayehlezi ekamelweni eliphezulu elipholileyo; wayesethi u-Ehudi: “Nginodaba oluvela kuNkulunkulu kuwe.” Wasukuma esihlalweni sakhe.


U-Ehudi wayesephumela ekamelweni eliphambili, wazivalela iminyango yekamelo eliphezulu, wayihluthulela.


Zalinda zaze zajabha; bheka, akayivulanga iminyango yekamelo eliphezulu; ngalokho zathatha ukhiye, zayivula; bheka, inkosi yazo yayiwele phansi ifile.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite