Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:3 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

3 Bathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, lokhu kwenzelweni kwa-Israyeli ukuba kusilale namuhla esinye isizwe sakwa-Israyeli na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

3 Bathi: “Simakade, Nkulunkulu ka-Israyeli, kwenzeke kanjani ukuthi namuhla kube khona isizwana esisodwa kwa-Israyeli esingekho, na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

3 Wathi: “Jehova Nkulunkulu ka-Israyeli, kwenzekeni kwa-Israyeli ukuthi namuhla kungabikho isizwe esisodwa kwa-Israyeli na?

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:3
9 Referans Kwoze  

Ulungile wena Jehova, noma ngimelana nawe; ngiyakukhuluma nawe ngokwahlulela: iphumelelani indlela yababi, kungani ukuba babe nokuthula abakhohlisa nokukhohlisa, na?


Jehova, usidukiselani ezindleleni zakho, uzenze lukhuni izinhliziyo zethu zingakwesabi, na? Buya ngenxa yezinceku zakho, izizwe zefa lakho.


Ubuwula bomuntu buchitha indlela yakhe, kepha inhliziyo yakhe iyamthukuthelela uJehova.


Uzidilizeleni izintango zawo, baze bawukhe bonke abadlula ngendlela, na?


Nkulunkulu, usilahleleni kuze kube phakade na? Intukuthelo yakho ithunqelelani izimvu zedlelo lakho na?


yebo, bonke abantu bayakuthi: ‘UJehova wenzeleni kanje kuleli zwe na? Kuthini ukuvutha kwalolu laka olukhulu na?’


Abantu base befika eBethele, bahlala khona kwaze kwahlwa phambi kukaNkulunkulu, baphakamisa izwi labo, bakhala kakhulu.


Kwathi ngakusasa abantu bavuka ekuseni, bakha khona i-altare, banikela ngeminikelo yokushiswa neminikelo yokuthula.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite