Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 21:14 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

14 UBenjamini wabuya ngaleso sikhathi; babanika abesifazane ababebasindisile kwabesifazane baseJabeshi Gileyadi; kepha ababanelanga.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

14 AbakwaBhenjamini babuyela emuva ngaleso sikhathi; banikwa abesifazane ababesindiswe kwabesifazane baseJabheshi Gileyadi, kodwa babengabenele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

14 UBenjamini wabuya ngaleso sikhathi; babanika abafazi ababebakhulise kubafazi baseJabeshi kwaGileyadi, kepha ababanelanga.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 21:14
7 Referans Kwoze  

Kepha ngenxa yobufebe akube yilowo nalowo abe nowakhe umfazi, nalowo wesifazane abe neyakhe indoda.


Bafumana phakathi kwabakhileyo eJabeshi Gileyadi izintombi ezintsha ezingamakhulu amane ezingazanga ndoda ngokulala nayo; baziyisa ekamu* eShilo elisezweni laseKhanani.


Kepha abantu abangamakhulu ayisithupha baphenduka, babalekela ehlane edwaleni lakwaRimoni, bahlala edwaleni lakwaRimoni izinyanga ezine.


Bathi: “Yisiphi kuzo izizwe zakwa-Israyeli esingakhuphukelanga kuJehova eMispa na?” Bheka, akufikanga muntu ekamu* ovela eJabeshi Gileyadi ukuya ebandleni.


Yonke inhlangano yathuma yakhuluma kubantwana bakwaBenjamini ababesedwaleni lakwaRimoni, yamemezela ukuthula kubo.


Abantu bamhawukela uBenjamini, ngokuba uJehova wayenze ukwahlukana ezizweni zakwa-Israyeli.


Kuyakuthi lapho oyise noma abanewabo befika ukuphikisana nathi, sithi kubo: ‘Sinikeni wona ngomusa, ngokuba asithathanga, kwaba yilowo nalowo umkakhe empini, futhi anibanikanga wona; khona ngabe nitholile icala.’ ”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite