Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:44 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

44 Kwawa abantu bakwaBenjamini abayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke labo babe ngamaqhawe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

44 Kwafa abayizi-18 000 bakwaBhenjamini, bonke kwakungamaqhawe anesibindi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

44 Kwawa kwaBenjamini amadoda ayizinkulungwane eziyishumi nesishiyagalombili; bonke babengamadoda anesibindi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:44
4 Referans Kwoze  

Babahaqa abakwaBenjamini nxazonke, babaxosha, babanyathela phansi endaweni yabo yokuphumula, baze bafika malungana neGibeya ngasempumalanga.


Baphenduka babalekela ehlane edwaleni lakwaRimoni; bakhothoza kubo emendweni abantu abayizinkulungwane eziyisihlanu, babaxosha kwaze kwabaseGideyomu, babulala kubo abantu abayizinkulungwane ezimbili.


labo ababalwayo kubo, abesizwe sakwaBenjamini, babe yizinkulungwane ezingamashumi amathathu nanhlanu namakhulu amane.


UJehova wanqoba uBenjamini phambi kuka-Israyeli; abantwana bakwa-Israyeli babulala ngalolo suku kwaBenjamini abayizinkulungwane ezingamashumi amabili nanhlanu nekhulu; bonke labo babehlome inkemba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite