Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 20:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 U-Israyeli wabeka abaqamekeli kulo iGibeya nxazonke.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 Abakwa-Israyeli babeka amadoda azungeza iGibheya, alilalela unyendle.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 U-Israyeli waqamekela iGibeya nxazonke.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 20:29
5 Referans Kwoze  

Wawayala ngokuthi: “Bhekani, niyakuwuqamekela umuzi, emva komuzi, ningayi kude kakhulu nomuzi, nihlale nilungele nonke.


Lapho uDavide ebuza kuJehova, wathi yena: “Awuyikwenyuka; gwegwesa emva kwawo, uwafikele malungana namajikijolo.


Kweza malungana neGibeya abantu abayizinkulungwane eziyishumi abakhethiweyo kuye wonke u-Israyeli; ukulwa kwakunzima, kepha babengazi ukuthi ingozi isifikile kubo.


Abantwana bakwa-Israyeli bakhuphuka ukulwa nabantwana bakwaBenjamini ngosuku lwesithathu, bazihlelela ukulwa neGibeya njengakwezinye izikhathi.


uyakwenza kulo i-Ayi nenkosi yalo njengalokho wenza kulo iJeriko nenkosi yalo; impango yalo kuphela nezinkomo zalo niyakuziphangela khona. Wuqamekele umuzi emva kwawo.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite