AbAhluleli 20:13 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE13 Ngalokho khiphani labo bantu, abantu ababi, abaseGibeya, ukuba sibabulale, sixoshe ububi kwa-Israyeli.” Kepha uBenjamini kavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. Gade chapit laIsiZulu 202013 Manje, lethani lezo zigilamkhuba eziseGibheya ukuze sizibulale, sisuse ububi kwa-Israyeli.” Kodwa abakwaBhenjamini abafunanga ukulalela abafowabo bakwa-Israyeli. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202413 Manje siphe amadoda, amadodana kaBheliyali, aseGibeya, ukuze siwabulale, sisuse ububi kwa-Israyeli. Kepha abantwana bakwaBenjamini abavumanga ukulalela izwi labafowabo, abantwana bakwa-Israyeli. Gade chapit la |
Lowo mprofethi noma lowo mphuphi wamaphupho wobulawa, ngokuba ukhulumile okunihlubukisa uJehova uNkulunkulu wenu owanikhipha ezweni laseGibithe, wakuhlenga endlini yobugqila, ukuba akuphambukise endleleni uJehova uNkulunkulu wakho akuyala ukuba uhambe ngayo. Uyakukhipha kanjalo ububi phakathi kwakho.