Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 2:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

9 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Heresi ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

9 Bamngcwaba emngceleni wefa lakhe eThimnathi Heresi, kwelezintaba kwa-Efrayimi, enyakatho yentaba iGahashi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

9 Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnatha ezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba iGahashi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 2:9
6 Referans Kwoze  

ngesiyalezo sikaJehova bamnika umuzi awucelayo, iThimnati Sera, ezintabeni zakwa-Efrayimi; wakha umuzi, wahlala kuwo.


Bammbela emkhawulweni wefa lakhe eThimnati Sera elisezintabeni zakwa-Efrayimi ngasenyakatho kwentaba yakwaGahashi.


Base beqeda ukwabelana izwe libe yifa ngemikhawulo yalo; abantwana bakwa-Israyeli bamnika uJoshuwa indodana kaNuni ifa phakathi kwabo;


UJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.


Kwathi emva kwalezo zinto uJoshuwa indodana kaNuni, inceku kaJehova, wafa eneminyaka eyikhulu neshumi.


Kwathi emva kokufa kukaJoshuwa abantwana bakwa-Israyeli bambuza uJehova, bathi: “Ngubani phakathi kwethu oyakusikhuphukelela kuwo amaKhanani kuqala ukulwa nawo na?”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite