Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:30 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

30 Kwathi bonke abakubonayo bathi: “Akuzange kwenziwe okunjalo, akuzange kubonwe kusukela osukwini abantwana bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo ezweni laseGibithe kuze kube namuhla; zindlani ngalokho, nilulekane, nikhulume.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

30 Bonke abakubonayo lokhu bathi: “Lokhu kakukaze kwenzeke futhi akuzange kubonwe kusukela ngosuku abantu bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo eGibhithe kuze kube namhlanje. Zindlani ngakho, nelulekane, nibonisane ukuthi kwenziwenjani.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

30 Kwathi bonke abakubonayo bathi: “Okunje akukenziwa, akubonwanga kusukela osukwini abantwana bakwa-Israyeli abakhuphuka ngalo ezweni laseGibithe kuze kube namuhla; naka, thola izeluleko futhi ukhulume okucabangayo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:30
7 Referans Kwoze  

Bhekani nina bantwana bakwa-Israyeli, nina nonke; qondisani, niluleke lapha.”


Ngokuziqhenya kuvela ukuxabana kuphela, kepha kwabalulekwayo kukhona ukuhlakanipha.


Bazonakalisile ngokujulileyo njengasezinsukwini zaseGibeya; uyakhumbula ububi babo, uyabahambela ngezono zabo.


Ngokuba ngokucabanga ungaphaka impi yakho, nokusinda kumi ngobuningi babeluleki.


Amacebo onke ayaqiniswa ngokululekana; yilwa impi ngamasu.


Lapho kungekho khona ukululekana, amasu ayachitheka, kepha ngobuningi babeluleki ayakuma.


Lapho kungekho iziluleko, abantu bayawa, kepha lapho kukhona abeluleki abaningi, lapho kukhona ukuphumelela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite