Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 19:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

19 Kukhona nokho utshani nefoliji* lezimbongolo zethu; mina-ke nginesinkwa newayini, kanjalo nencekukazi yakho nensizwa enathi, izinceku zakho; akusweleke lutho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

19 Sinabo utshani nefolishi lezimbongolo zethu; nginezinkwa newayini okungokwami nencekukazi yakho nensizwa nezinceku zakho. Asiswele lutho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

19 Nokho kukhona utshani kanye nefolishi lezimbongolo zethu; kukhona futhi isinkwa newayini mina nencekukazi yakho nensizwa ekanye nezinceku zakho; ayintuli lutho.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 19:19
6 Referans Kwoze  

Yaqhubeka yathi kuyo: “Sinotshani nefoliji eliningi, nendawo yokulala.”


SebengaseJebusi, ilanga lase lidlulile kakhulu; inceku yathi enkosini yayo: “Ake uze, siphambukele kulo muzi wamaJebusi, sihlale kuwo.”


Wathi kulo: “Siyadlula sivela eBetlehema Juda, siya ohlangothini olungasemuva kwezintaba zakwa-Efrayimi; ngivela khona; ngaya eBetlehema Juda; sengiya endlini kaJehova, kepha akukho muntu ongamukela endlini yakhe.


“Anisayikubanika abantu utshani bokwenza izitini njengaphambili; mabahambe bazibuthele utshani.


Wayesebabiza, wabangenisa. Ngangomuso wasuka wahamba nabo, abathile babazalwane baseJopha bamphelekezela.


Kuthe esebhapathiziwe kanye nendlu yakhe, wasincenga wathi: “Uma nithi ngikholekile eNkosini, ngenani endlini yami, nihlale khona;” wasicindezela.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite