Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:26 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

26 Bahamba abantwana bakwaDani; uMika esebonile ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

26 Abozalo lukaDani babamba ababeze ngayo; uMikha ebona ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

26 Abantwana bakwaDani basuka, uMika ebona ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:26
5 Referans Kwoze  

“UDani uyakuthetha amacala abantu bakhe, njengesinye sezizwe zakwa-Israyeli.


Abantwana bakwaDani base bethi kuye: “Izwi lakho malingezwakali phakathi kwethu, funa abantu bathukuthele, banehlele, ulahlekelwe ngukuphila kwakho kanye nabendlu yakho.”


Bathatha abekwenzile uMika nompristi wakhe, bafika eLayishi kubantu abanokuthula belondekile, bababulala ngosiko lwenkemba; bashisa umuzi ngomlilo.


Wabeka elinye eBethele, elinye walibeka kwaDani.


“Nanka amagama ezizwe. Kusukela ekugcineni kwasenyakatho eceleni kwendlela yaseHetiloni kuze kube sekuyeni eHamati naseHasari Enani, emkhawulweni waseDamaseku ngasenyakatho, eceleni kweHamati, uDani uyakuba nesabelo, abe nohlangothi lwasempumalanga kuze kube sentshonalanga.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite