Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:25 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

25 Abantwana bakwaDani base bethi kuye: “Izwi lakho malingezwakali phakathi kwethu, funa abantu bathukuthele, banehlele, ulahlekelwe ngukuphila kwakho kanye nabendlu yakho.”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

25 AbakwaDani bathi kuye: “Izwi lakho malingezwakali kithi, funa amadoda abilelwa ngamakhanda akusoconge, ufe wena nabendlu yakho.”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

25 Abantwana bakwaDani base bethi kuye: “Izwi lakho malingezwakali phakathi kwethu, funa amadoda athukuthele akugijimele, ulahlekelwe umphefumulo wakho kanye nomphefumulo wendlu yakho.”

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:25
6 Referans Kwoze  

“Kuphila kukaNkulunkulu osusile ukwahlulelwa kwami, noSomandla owenze munyu umphefumulo wami,


Ubumnyama nethunzi lokufa maluphiwe khona, kuhlale ifu phezu kwalo; okwenza mnyama usuku makulwesabise.


Wathi futhi uHushayi: “Uyamazi uyihlo nabantu bakhe ukuthi bangamaqhawe nokuthi bacasukile ezinhliziyweni zabo njengebhere* elaphucwe amazinyane alo endle; uyihlo uyindoda yempi, akayikuhlala nabantu.


UDavide wayehlupheka kakhulu, ngokuba abantu bekhuluma ngokumkhanda ngamatshe, lokhu izinhliziyo zabo bonke abantu zazinomunyu, kwaba yilowo nalowo ngenxa yamadodana akhe namadodakazi akhe; kepha uDavide waziqinisa kuJehova uNkulunkulu wakhe.


Wathi: “Nithathile onkulunkulu bami engabenzayo, nompristi, namuka; ngisenani na? Nisholoni kimi ukuthi: ‘Yini na?’ ”


Bahamba abantwana bakwaDani; uMika esebonile ukuthi banamandla kunaye, waphenduka, wabuyela endlini yakhe.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite