Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:18 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

18 Labo sebengenile endlini kaMika basithatha isithombe esibaziweyo, nengubo yamahlombe, namatherafi, nesithombe esibunjiweyo; umpristi wathi kubo: “Nenzani na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

18 Lawo madoda afika endlini kaMikha athatha isithombe esibaziweyo, ingubo yamahlombe, itherafimi nesithombe esibunjiweyo, umphristi wathi kuwo: “Nenzani, na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

18 Angena endlini kaMika, athatha isithombe esibaziweyo, nengubo yamahlombe, nezithixo zendlu, nesithombe esibunjiweyo. Wayesethi umpristi kubo: “Nenzani na?

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:18
5 Referans Kwoze  

“ ‘Ningenzi izithombe, ningamisi izithombe ezibaziweyo noma insika; ningabeki itshe elinemifanekiso ezweni lakini ukukhothamela kulo; ngokuba nginguJehova uNkulunkulu wenu.


Abantu abayisihlanu ababeyile ukuhlola izwe benyuka, bafika lapho, basithatha isithombe esibaziweyo, nengubo yamahlombe, namatherafi, nesithombe esibunjiweyo; umpristi wema ngasesikhaleni sesango kanye nabantu abangamakhulu ayisithupha bebhince izikhali zokulwa.


Bathi kuye: “Thula, ubeke isandla sakho emlonyeni wakho, uhambe nathi, ube ngubaba nompristi wethu; kuhle yini ukuba ube ngumpristi wendlu yomuntu munye kunokuba ube ngumpristi wesizwe nomndeni kwa-Israyeli na?”


Ziyakhothama, ziguqa kanyekanye, azinakuwukhulula umthwalo; nabo uqobo baya ekuthunjweni.


Ngokuba inkosi yaseBabele isimi egumbini lezindlela engosini yezindlela zombili ukuba ibhule; ixhakazisa imicibisholo, ibuza amatherafi,* ibheka esibindini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite