Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 18:12 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

12 Benyuka, bamisa eKiriyati Jeharimi kwaJuda; ngalokho bayibiza leyo ndawo ngokuthi iMahane Dani kuze kube namuhla; bheka, lingasemva kweKiriyati Jeharimi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

12 Enyuka, akanisa eKiriyathi Jeharimi kwaJuda; ngalokho bayibiza leyo ndawo ngokuthi yiMahane Dani kuze kube yinamuhla; isentshonalanga yeKiriyathi Jeharimi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

12 Bakhuphuka, bamisa eKiriyati Jeharimi kwaJuda; ngalokho babiza leyo ndawo ngokuthi iMahane-dani kuze kube namuhla; bheka, lingasemva kweKiriyati Jeharimi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 18:12
10 Referans Kwoze  

UMoya kaJehova waqala ukumqhuba eMahane Dani phakathi kweSora ne-Eshitawoli.


IKiriyati Bali eliyiKiriyati Jeharimi, neRaba, imizi mibili nemizana yayo.


Kepha umphongolo kaNkulunkulu uDavide wayewukhuphulile eKiriyati Jeharimi, wawuyisa endaweni uDavide ayewulungisele yona, ngokuba wayewumisele itende eJerusalema.


Abantu baseKiriyati Jeharimi bafika, bakhuphula umphongolo kaJehova, bawungenisa endlini ka-Abinadaba entabeni, bamngcwelisa u-Eleyazare indodana yakhe ukuba agcine umphongolo kaJehova.


Abantwana bakwa-Israyeli base besuka, bafika emizini yabo ngosuku lwesithathu; imizi yabo yayiyiGibeyoni, neKefira, neBeroti, neKiriyati Jeharimi.


umkhawulo wawususuka esiqongweni sentaba, waya emthonjeni wamanzi aseNefitowa, waphuma waya emizini yasentabeni yase-Efroni; umkhawulo wasuka waya eBahala eliyiKiriyati Jeharimi;


Kwase kuphuma lapho kumndeni wakwaDani eSora nase-Eshitawoli abantu abangamakhulu ayisithupha bebhincile izikhali zokulwa.


Basuka khona, baya ezintabeni zakwa-Efrayimi, bafika endlini kaMika.


Bathuma izithunywa kwabakhileyo eKiriyati Jeharimi, bathi: “AmaFilisti awubuyisele umphongolo kaJehova; yehlani, niwukhuphulele kini.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite