Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 16:29 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

29 USamsoni wayesebamba izinsika ezimbili eziphakathi eyayimi ngazo indlu, wencika kuzo, kwenye ngesandla sokunene, kwenye ngesokhohlo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

29 USamsoni wazibamba izinsika ezimbili eziphakathi, ezaziphase indlu, wencika kuzo, isandla sakhe sesokunene sikweyodwa insika nesokhohlo sikwenye.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

29 USamsoni wabamba izinsika ezimbili eziphakathi indlu eyayimi phezu kwazo wamisa phezu kwazo, enye ngesandla sokunene nenye ngesandla sakhe sobunxele.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 16:29
3 Referans Kwoze  

USamsoni wakhala kuJehova, wathi: “Nkosi Nkulunkulu, ake ungikhumbule, ungiqinise kube kanye kuphela, Nkulunkulu, ukuba ngiphindise kumaFilisti ngempindiselo ibenye ngenxa yamehlo ami omabili.”


USamsoni wathi: “Mangife namaFilisti.” Wakhothama ngamandla akhe onke, indlu yawela phezu kwamakhosi naphezu kwabo bonke abantu ababe kuyo. Abafileyo ababulalayo ekufeni kwakhe babebaningi kunabo ababulalayo ekuhambeni kwakhe.


UMoya kaJehova wamuka kuSawule, nomoya omubi owavela kuJehova wamzuma.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite