Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 16:27 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

27 Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane; namakhosi onke amaFilisti ayelapho; ophahleni kwakukhona abantu kungathi abayizinkulungwane ezintathu, abesilisa nabesifazane, ababebukela ukudlala kukaSamsoni.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

27 Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane, nawo wonke amakhosi amaFilisti, ophahleni kwakunabesilisa nabesifazane ababecishe babe yizi-3 000, ababebukela uSamsoni edlala.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

27 Indlu yayigcwele abesilisa nabesifazane; zonke izikhulu zamaFilisti zazilapho; ophahleni kwakukhona amadoda nabesifazane kungathi izinkulungwane ezintathu, bebukela uSamsoni edlala.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 16:27
6 Referans Kwoze  

“Nxa wakha indlu entsha, uyakwenza uthango ophahleni lwakho ukuba ungayehliseli indlu yakho igazi, uma umuntu ewa khona.


Kwathi kusihlwa uDavide wavuka embhedeni, wahamba ophahleni lwendlu yenkosi, wabona esesophahleni owesifazane egeza; owesifazane wayemuhle kakhulu, ebukeka.


Engakalali, wenyukela kuwo ophahleni;


Kepha phakathi komuzi wawukhona umbhoshongo oqinileyo; babalekela khona bonke abesilisa nabesifazane, nabo bonke abomuzi, bazivalela phakathi, benyukela ophahleni lombhoshongo.


USamsoni wathi kumfana owayembambe ngesandla: “Ngivumele ukuphatha izinsika indlu emi ngazo ukuba ngencike kuzo.”


USamsoni wakhala kuJehova, wathi: “Nkosi Nkulunkulu, ake ungikhumbule, ungiqinise kube kanye kuphela, Nkulunkulu, ukuba ngiphindise kumaFilisti ngempindiselo ibenye ngenxa yamehlo ami omabili.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite