Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 15:4 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

4 USamsoni wahamba, wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha izikhuni, wazibhekisana ngemisila, wafaka isikhuni phakathi kwemisila ngamibili.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

4 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingama-300, wathatha izihlonti, wayesenza ukuba izimpungushe zilinganisane ngemisila, wabophela izihlonti phakathi kwemisila yazo.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

4 USamsoni wahamba wabamba izimpungushe ezingamakhulu amathathu, wathatha umentshisi, waphendula umsila ngomsila, wafaka umlilo phakathi kwemisila emibili.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 15:4
8 Referans Kwoze  

ngenxa yentaba yaseSiyoni echithekile, zize zihambe kuyo izimpungushe.


Sibambeleni izimpungushe, izimpungushe ezincane ezichitha izivini, ngokuba izivini zethu zinezimbali.


Bayakunikelwa esandleni senkemba, babe yisabelo sezimpungushe.


USamsoni wathi kubo: “Okwalesi sikhathi anginacala kumaFilisti, uma ngiwenzela okubi.”


Wazithungela izikhuni ngomlilo, wazivumela ukuba zingene phakathi kwamabele amaFilisti engakavunwa, washisa amaqhinqa nezinhlanga zamabele kanye nezivini neminqumo.


Njengohlanya oluphonsa izikhuni nemicibisholo ebulalayo,


usho kuye ukuthi: ‘Xwaya, uthule; ungesabi, nenhliziyo yakho mayingadangali ngemisila emibili yalezi zikhuni ezithunqayo, ngokuvutha kolaka lukaResini ne-Aramu nolwendodana kaRemaliya.


Wayesethi ezincekwini zakhe: “Bhekani, insimu kaJowabe iseduze neyami, unebhali* khona; hambani niyithungele ngomlilo.” Izinceku zika-Abisalomu zayithungela-ke insimu ngomlilo.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite