AbAhluleli 13:9 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE9 UNkulunkulu walalela izwi likaManowa; ingelosi kaNkulunkulu yabuyela kowesifazane ehlezi endle; kepha uManowa indoda yakhe wayengenaye. Gade chapit laIsiZulu 20209 UNkulunkulu wamlalela uManowa, ingelosi kaNkulunkulu yabuyela kowesifazane ehleli ensimini, kodwa umyeni wakhe wayengekho lapho. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 20249 UNkulunkulu walilalela izwi likaManowa; ingelosi kaNkulunkulu yabuye yafika kowesifazane ehlezi ensimini, kepha uManowa umyeni wakhe wayengekho naye. Gade chapit la |