Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 13:24 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

24 Owesifazane wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uSamsoni; umntwana wakhula, uJehova wambusisa.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

24 Owesifazane wazala indodana, wayiqamba igama wathi nguSamsoni. Umfana wakhula, uSimakade wambusisa.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

24 Owesifazane wazala indodana, waqamba igama layo ngokuthi uSamsoni; wakhula umntwana, uJehova wambusisa.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 13:24
6 Referans Kwoze  

Wakhula-ke umntwana, waba namandla emoyeni; wahlala ehlane kwaze kwaba lusuku lokubonakaliswa kwakhe ku-Israyeli.


USamuweli wakhula; uJehova wayenaye; akawisanga phansi nelilodwa lamazwi akhe.


Ngisezakuthini futhi na? Isikhathi kambe sizakungishiya, uma ngibalisa ngoGideyoni, noBaraki, noSamsoni, noJefta, noDavide, noSamuweli nabaprofethi,


UJesu waqhubeka ekuhlakanipheni, nasekukhuleni, nasemseni kuNkulunkulu nakubantu.


UJehova wamhambela uHana; wakhulelwa, wazala amadodana amathathu namadodakazi amabili. Umntwana uSamuweli wakhula phambi kukaJehova.


Umntwana uSamuweli waqhubeka wakhula, waba muhle kuJehova nakubantu.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite