Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 13:2 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

2 Kwakukhona umuntu othile waseSora womndeni wakwaDani ogama lakhe lalinguManowa; umkakhe wayeyinyumba engazali.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

2 Kwakukhona indoda ethile eZora, yomndeni wakwaDani, igama layo kunguManowa. Umkayo wayeyinyumba, engenabantwana.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

2 Kwakukhona umuntu othile waseSore, wesizwe sakwaDani, ogama lakhe lalinguManowa; umkakhe wayeyinyumba, engazali.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 13:2
10 Referans Kwoze  

Umkhawulo wefa labo wawuyiSora, ne-Eshitawoli, ne-Iri Shemeshi,


Kepha babengenamntwana, ngokuba u-Elisabethe wayeyinyumba; bobabili base bekhulile.


Emathafeni: i-Eshitawoli, neSora, ne-Ashina,


U-Isaka wamkhulekela umkakhe kuJehova, ngokuba wayeyinyumba; uJehova wamzwela; uRebeka umkakhe wakhulelwa.


USarayi umka-Abrama wayengamzaleli mntwana; kepha wayenencekukazi yaseGibithe, igama layo linguHagari.


Ingelosi kaJehova yakhuphuka eGiligali, yaya eBokimi. Yathi: “Nganikhuphula eGibithe, nginilethile ezweni engalifungela oyihlo; ngathi: ‘Angisoze ngaphula kuze kube phakade isivumelwano sami nani,


USarayi wayeyinyumba, engenamntwana.


“UDani uyakuthetha amacala abantu bakhe, njengesinye sezizwe zakwa-Israyeli.


Imindeni kaKiriyati Jeharimi yayingamaJetheri, namaPhuthi, namaShumati, namaMishirayiti; kubona kwavela amaSorati nama-Eshitawoli.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite