Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:7 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

7 UJefta wathi kumalunga akwaGileyadi: “Aningizondanga yini, nangixosha endlini kababa na? Nizelani kimi manje nisekuhluphekeni na?”

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

7 Kodwa uJeftha wathi kumalunga akwaGileyadi: “Anisibo yini labo abangala, bangixosha endlini kababa, na? Pho nilethwa yini kimi uma senisenkathazweni, na?”

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

7 UJefta wathi kumalunga akwaGileyadi: “Aningizondanga na, nangixosha endlini kababa na? futhi kungani niza Kimi manje nisenkingeni?

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:7
8 Referans Kwoze  

U-Isaka wathi kubo: “Nizeleni kimi, lokhu niyangizonda, ningixoshile kini, na?”


Bheka, ngiyakubakhipha esinagogeni* likaSathane abazishaya abaJuda bengesibo, kepha beqamba amanga; bheka, ngiyakubenza ukuba beze bakhuleke phambi kwezinyawo zakho, bazi ukuthi ngikuthandile.


Amadodana abakucindezelayo ayakufika kuwe efolile, nabo bonke abakudelelayo bayakukhothama ngasematheni ezinyawo zakho, bakubize ngokuthi uMuzi kaJehova neSiyoni loNgcwele ka-Israyeli.


Umngane uthanda ngezikhathi zonke, nomzalwane uzalwa ekuhluphekeni.


Wozani sithengise ngaye kwabakwa-Ishmayeli, isandla senu singabi phezu kwakhe, ngokuba ungumfowethu, uyinyama yethu.” Abafowabo bamlalela.


Athi kuJefta: “Woza ube ngumholi wethu, silwe nabantwana bakwa-Amoni.”


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite