Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:23 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

23 “Manje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli uwaxoshile ama-Amori phambi kwabantu bakhe u-Israyeli; wena uyakulidla izwe na?

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

23 “Ngakho-ke manje, uSimakade uNkulunkulu ka-Israyeli uwanqobile ama-Amori ukuze kuzuze abantu bakhe bakwa-Israyeli. Ngabe usophe ukudla izwe labo, na?

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

23 Manje uJehova uNkulunkulu ka-Israyeli uwaxoshile ama-Amori phambi kwabantu bakhe u-Israyeli;

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:23
5 Referans Kwoze  

Badla izwe lonke lama-Amori, kusukela e-Arinoni kuze kube seJaboki, kusukela ehlane kuze kube seJordani.


Awuyikudla lelo uKemoshi unkulunkulu wakho akunika lona ukuba ulidle na? Kanjalo bonke uJehova, uNkulunkulu wethu, abaxosha phambi kwethu, siyalidla elabo.


Wena ngikunike olunye ukhalo ngaphezu kwabafowenu engaluthatha esandleni sama-Amori ngenkemba yami nangomnsalo wami.”


Kwathi onke amakhosi ama-Amori ayengaphesheya kweJordani ngasentshonalanga, nawo onke amakhosi amaKhanani ayengaselwandle esezwa ukuthi uJehova womise amanzi aseJordani phambi kwabantwana bakwa-Israyeli saze sawela, izinhliziyo zabo zaphela amandla, kungabe kusaba khona sibindi ngenxa yabantwana bakwa-Israyeli.


bheka, ukusivuza kwabo ukuba bafike ukusixosha efeni lakho osinike lona ukuba silidle.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite