Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 11:1 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

1 UJefta wakwaGileyadi wayeyiqhawe elinamandla; wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wamzala uJefta.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

1 UJeftha wakwaGileyadi owayeyindodana yesifebe, wayeyiqhawe elinamandla. Uyise kwakunguGileyadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

1 UJefta wakwaGileyadi wayeliqhawe elinamandla, wayeyindodana yesifebe; uGileyadi wazala uJefta.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 11:1
6 Referans Kwoze  

Ngisezakuthini futhi na? Isikhathi kambe sizakungishiya, uma ngibalisa ngoGideyoni, noBaraki, noSamsoni, noJefta, noDavide, noSamuweli nabaprofethi,


UNahamani induna yempi yenkosi yase-Aramu wayengumuntu omkhulu phambi kwenkosi yakhe, otusekayo, ngokuba uJehova wayenikile i-Aramu ukunqoba ngaye; futhi wayeyiqhawe elinamandla, kepha wayenochoko.


Ingelosi kaJehova yabonakala kuye, yathi kuye: “UJehova unawe wena qhawe elinamandla.”


Abantu, izikhulu zakwaGileyadi, bathi omunye komunye: “Ngumuphi umuntu oyakuqala ukulwa nabantwana bakwa-Amoni na? Yena uyakuba yinhloko yabo bonke abakhe kwaGileyadi.”


UmkaGileyadi wamzalela amadodana; esekhulile amadodana omkakhe amxosha uJefta, athi kuye: “Awuyikulidla ifa endlini kababa, ngokuba uyindodana yomunye owesifazane.”


UJehova wayesethuma oJerubali, noBedani, noJefta, noSamuweli, wanophula esandleni sezitha zenu nxazonke, nahlala nalondeka.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite