Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 10:8 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

8 Bakhathaza, bacindezela abantwana bakwa-Israyeli ngalowo mnyaka; iminyaka eyishumi nesishiyagalombili babacindezela bonke abantwana bakwa-Israyeli ababengaphesheya kweJordani ezweni lama-Amori elikwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

8 babahlukumeza, babacindezela abantu bakwa-Israyeli ngalowo nyaka. Kwaphela iminyaka eli-18 bebacindezele bonke abantu bakwa-Israyeli ababehlala phesheya kweJordani, ezweni lama-Amori, kwaGileyadi.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

8 Base behlupha abantwana bakwa-Israyeli ngalowo mnyaka, babacindezela iminyaka eyishumi nesishiyagalombili bonke abantwana bakwa-Israyeli ababephesheya kweJordani ezweni lama-Amori aseGileyadi.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 10:8
7 Referans Kwoze  

Nxa bethi: “Ngukuthula nokuhlala kahle,” khona ukubhujiswa kuyabazuma njengemihelo ifikela okhulelweyo, abasoze baphunyuka.


ngalokho lobu bubi buyakuba njengokomfantu lapho sekuzakuwa, kuvokomele ogangeni oluphakemeyo, ukudilika kwalo kufike ngokuzumayo ngokuphazima kweso.


UJayire wafa, wembelwa eKhamoni.


Intukuthelo kaJehova yamvuthela u-Israyeli, wathengisa ngabo esandleni samaFilisti nasesandleni sabantwana bakwa-Amoni.


Abantwana bakwa-Amoni bawela iJordani ukuba balwe noJuda noBenjamini nendlu yakwa-Efrayimi; u-Israyeli wantula kakhulu.


Abantwana bakwaMakiri indodana kaManase baya kwaGileyadi, balithatha, baxosha ama-Amori ayekulo.


Isandla sakwaMidiyani samahlula u-Israyeli; ngenxa yakwaMidiyani abantwana bakwa-Israyeli bazenzela imihume yasezintabeni, nemigede, nezinqaba.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite