Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 1:33 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

33 UNafetali akaxoshanga abakhe eBeti Shemeshi nabakhe eBeti Anati, kepha wahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe; kodwa abakhe eBeti Shemeshi naseBeti Anati basetshenziswa yibo.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

33 UNafethali akazixoshanga izakhamuzi zaseBhethi Shemeshi, nezaseBhethi Anathi, kodwa wahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo lizwe; izakhamuzi zaseBhethi Shemeshi, nezaseBhethi Anathi baziphoqelela ukuba zibasebenzele.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

33 UNafetali akaxoshanga nabakhe eBeti Shemeshi nabakhe eBeti-anati; kepha wahlala phakathi kwamaKhanani akhileyo kulelo zwe; kepha abakhileyo eBeti Shemeshi naseBethanati baba ngabathelisi babo.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 1:33
7 Referans Kwoze  

UJehova wayesebuyisela kimi njengokulunga kwami, njengokuhlanzeka kwezandla zami phambi kwamehlo akhe.


Kepha ama-Amori aphumelela ukuhlala entabeni yaseHeresi, nase-Ajaloni, naseShahalabimi; kodwa isandla sendlu kaJosefa sahlula, aze asetshenziswa.


UZebuloni akaxoshanga abakhe eKitroni, nabakhe eNahaloli; kepha amaKhanani ahlala phakathi kwabo, asetshenziswa.


umkhawulo wajika usuka eBahala ngasentshonalanga, waya entabeni yaseSeyiri, wadlula waya eceleni kwentaba yaseJeharimi ngasenyakatho, eliyiKesaloni, wehlela eBeti Shemeshi, wadlula ngaseThimna;


kepha ama-Asheri ahlala phakathi kwamaKhanani ayakhe kulelo zwe, ngokuba abawaxoshanga.


Ama-Amori adudulela abantwana bakwaDani ezintabeni, ngokuba awabavumelanga ukwehlela esigodini.


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite