AbAhluleli 1:19 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE19 UJehova wayenaye uJuda, waxosha abasezintabeni; wayengenakuxosha kodwa abakhe esigodini, lokhu bebenezinqola zensimbi. Gade chapit laIsiZulu 202019 USimakade wayenoJuda, walinqoba elezintaba, kodwa akakwazanga ukuxosha izakhamuzi zasemathafeni, ngokuba zazinezinqola zensimbi. Gade chapit laContemporary Zulu Bible 202419 UJehova wayenaye uJuda; wabaxosha abakhe entabeni; kodwa babengenakuxosha abakhe esigodini, ngokuba babenezinqola zensimbi. Gade chapit la |