Biblia Todo Logo
Bib sou entènèt

- Piblisite -




AbAhluleli 1:17 - IBHAYIBHELI ELINGCWELE

17 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, bachitha amaKhanani ayakhe eSefati, baliqothula. Igama lomuzi laliyiHorma.

Gade chapit la Kopi

IsiZulu 2020

17 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, banqoba amaKhanani ayehlala eZefathi, balicekela phansi. Ngakho-ke umuzi wabizwa ngokuthi yiHorma.

Gade chapit la Kopi

Contemporary Zulu Bible 2024

17 UJuda wahamba noSimeyoni umfowabo, babulala amaKhanani ayakhe eSefati, baliqalekisa. Igama lomuzi lathiwa iHorma.

Gade chapit la Kopi




AbAhluleli 1:17
6 Referans Kwoze  

UJehova walilalela izwi lika-Israyeli, wanikela amaKhanani; bawaqothula kanye nemizi yawo; igama laleyo ndawo lathiwa iHorma.*


U-Asa wayesephuma ukuhlangabezana naye, bahlela impi esigodini saseSefata ngaseMaresha.


UJuda wayesethi kuSimeyoni umfowabo: “Khuphuka nami, siye esabelweni sami, silwe namaKhanani, nami ngiye esabelweni sakho.” USimeyoni wayesehamba naye.


ne-Elitoladi, neBethuli, neHorma,


Ayesehla ama-Amaleki kanye namaKhanani ayehlala kuleyo ntaba, abashaya, abaqothula kwaze kwaba seHorma.


nakwabaseHorma, nakwabaseBori Ashani, nakwabase-Athaki,


Swiv nou:

Piblisite


Piblisite